Esikhathini samahlelo nezinkolo ezingenakubalwa, uJesu wahlukanisa iqiniso, esingathola ngalo insindiso ephelele, namanga ngomfanekiso wokhula.
Ukhula lubhekisela kulabo abangayigcini imiyalo kaNkulunkulu Ukolweni uyimikhosi eyisikhombisa ezikhathini ezintathu-amaqiniso esivumelwano esisha njengeSabatha nePhasika, elahlwanyelwa nguJesu ngesikhathi seBandla lokuqala.
Ngakolunye uhlangothi, inkonzo yangeSonto, uKhisimusi, kanye nesiphambano kungamanga-ukhula oluvela emasikweni ezinkolo zobuqaba, ezethulwa ebandleni ngesikhathi seNkathi Yobumnyama. IBhayibheli lifakaza ukuthi ukhula luyoshiswa ngomlilo.
Ngokuhambisana nezimfundiso zika-Ahnsahnghong uKhristu ofike okwesibili, iBandla likaNkulunkulu ligcina imikhosi yesivumelwano esisha njengoba nje uJesu nabaphostoli bagcina.
“Akubona bonke abathi kimi, ‘Nkosi, Nkosi,’ abayakungena embusweni wezulu, kuphela owenza intando kaBaba osezulwini.” [NgokukaMathewu 7:21]
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha