UNkulunkulu uSomandla, abadala izulu nomhlaba ngezwi
ekuqaleni, belawula zonke izinto eziphilayo ngokwentando Yabo,
nguBaba wethu oseZulwini uAhnsahnghong, noNkulunkulu uMama.
Abantu bagqoka inyama ngenxa yesono sabo.
Kodwa, uNkulunkulu, ongenasono, wazenza waba mncinyane kunezingelosi,
eza emhlabeni okwesibili ngenxa yensindiso yabantu kuphela.
Wasazisa indlela eya ensindisweni
ngeSivumelwano Esisha eBandleni likaNkulunkulu.
Ngakho-ke njengokuba abantwana bahlanganyela igazi nenyama, naye uqobo wahlanganyela khona lokho, ukuze ngokufa . . . abakhulule bonke labo abathi ngokwesaba ukufa ekuhambeni kwabo konke babeboshelwe ebugqileni.[KumaHeberu 2:14-15]
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha