Ethi, “Umuntu uvuna akuhlwanyelayo,” uNkulunkulu wasifundisa ukuthi izibusiso zibuyela kithi kuphela uma sisho amazwi esibusiso.
UKhristu Ahnsahnghong wasungula iBandla likaNkulunkulu ngegazi eliyigugu elachithwa esiphambanweni.
Ngakho amalungu aseZiyoni kufanele ahlale ekhazimulisa uNkulunkulu futhi ahlwanyele imbewu yesibusiso kubantu abasizungezile ngamazwi anomusa.
“Umuntu omuhle ukhipha okuhle engcebeni yakhe enhle;
nomuntu omubi ukhipha okubi engcebeni yakhe embi.
Kepha ngithi kini: amazwi wonke ayize akhulunywa
ngabantu, bayakulanda ngawo ngomhla wokwehlulelwa.
Ngokuba uyakwehlulelwa ngamazwi akho, icala
likuthethe, futhi uyakulahlwa ngamazwi akho.”
NgokukaMathewu 12:35–37
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha