Njengoba ukuphila namanzi kungamathe nolimi emhlabeni, ukuze sikwazi ukuthola ukuphila okuphakade futhi siphile ngenjabulo eMbusweni weZulu, kumele samukele amanzi okuphila.
Njengoba uMoya noMlobokazi basitshele ukuthi samukele amanzi okuphila, kumele siqaphele futhi sikholelwe kuMoya noMlobokazi ukuze samukele amanzi okuphila.
IBhayibheli lifakaza ukuthi uNkulunkulu Ahnsahnghong noMama wethu waseZulwini banguMoya noMlobokazi. UNkulunkulu usinika amanzi okuphila eBandleni likaNkulunkulu lapho bahlala khona.
UMoya nomlobokazi bathi: “Woza!” Nozwayo makathi: “Woza!” Nowomileyo makeze; othandayo makathabathe amanzi okuphila ngesihle. IsAmbulo 22:17
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha