Ibandla likaNkulunkulu lithemba ukuthi sonke isintu sizongena umbuso waseZulwini ndawonye, silethe uthando nenjabulo kaMama WaseZulwini kubantu abaningi abakhathazekile emphakathini lapho kubusa khona ukuzicabangela.
Indawo yobunye, ngenhliziyo kaMama WaseZulwini. Ngenhliziyo kaMama, amalungu eBandla likaNkulunkulu abumbene futhi enza izenzo ezinhle ngokwezimfundiso Zakhe. Amalungu athanda futhi ahloniphe bonke abanye njengoba ezithanda wona.
(Indaba emayelana nezingxenye zendoda eyathola ubisi lwengulube ukuze iphulukise ukugula kwenkosi; ingxenye ngayinye yomzimba wayo yagcizelela ukuthi ingcono kakhulu.)
“Kepha kalokhu izitho ziningi, kodwa umzimba munye. ... uNkulunkulu wawuhlanganisa umzimba ... ukuze kungabikho ukwahlukana emzimbeni, kepha izitho zonke zinakekelane ngokufanayo.” 1 kwabaseKorinte 12:20–25
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha