“Ukukholelwa kuNkulunkulu” kuchaza ukulalela nokuwenza amazwi awanikezayo.
Njengoba umkaLothi aphenduka insika kasawoti, nama-Israyeli aba yizigqila zezitha zawo, kanjalo nalabo abangalilaleli izwi likaNkulunkulu bazobhekana namashwa afanayo namuhla.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu akholelwa ukuthi izimfundiso ezinikezwe nguKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama ziwukuphela kwendlela eya ensindisweni yaphakade ezulwini, futhi balandela ngenjabulo izimiso Zakhe nawo wonke amazwi akhe, belindele ngokulangazela bethi, “Yimaphi amazwi esibusiso uNkulunkulu azowehlisela phezu kwethu namuhla?”
Usho kanje uSimakade uMhlengi wakho oNgcwele ka-Israyeli, uthi: “NginguSimakade uNkulunkulu wakho okufundise okukusizayo, nokuholile ngendlela okumele uhambe ngayo.
Sengathi ngabe wayilalelisisa imiyalo yami! Khona ukuthula kwakho bekuyokuba njengomfula, nokulunga kwakho njengamanzi olwandle,
U-Izaya 48:17–18
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha