UJesu wakhombisa ngokucacile ukuthi umuntu uqukethe umzimba nomphefumulo ngomfanekiso “wesicebi noLazaru,” wasifundisa ukuthi sicabange ngezulu nesihogo lapho imiphefumulo yethu ngayinye izothunyelwa khona emva kokufa kwemizimba yethu yenyama.
Nsuku zonke, amalungu eBandla likaNkulunkulu aphila njengamaKhristu angcwele namesabayo unkuluunkulu, ekhulula sonke isimo sawo sesono ngokuvumelana nezwi likaNkulunkulu ukuthi umuntu ngamunye uyokwahlulelwa ngokwalokho akwenzile, kanye nemfundiso kaKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu Umama owathi, “Kubalulekile ukuphila impilo yokulalela nokuphenduka ngokwezimfundiso zikaNkulunkulu.”
Ngabona abafileyo, abadala nabancane, bemi phambi kwesihlalo sobukhosi;
kwase kuvulwa izincwadi; nenye incwadi yavulwa, okuyincwadi yokuphila.
Abafileyo bahlulelwa ngalokho okwakulotshwe ezincwadini njengokwemisebenzi yabo.
ISambulo 20:12
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha