Uma singaliqondi ngokugcwele icebo
likaNkulunkulu lensindiso ebese sizama
ukulenza ngentando yethu, angeke sikwazi
ukungena eKhanana lasezulwini
njengama-Izrayeli abhujiswa ehlane.
Isizathu esenza iBhayibheli libize uNowa, u-
Abrahama, uMose, kanye noJoshuwa
ngokhokho bokholo yingoba babekholelwa
kwicebo likaNkulunkulu lensindiso futhi
babenza ngokwalelo cebo kuphela.
Ivangeli lesivumelwano esisha leBandla
likaNkulunkulu laqala njengebandla
elincane njengegumbi eliphezulu likaMakhu.
Kodwa ngokwesu lokusindisa abantu
uNkulunkulu alisungula kusukela ekuqaleni,
lishunyayelwa emhlabeni wonke,
ngisho nase-Alaska kanye nase-Sertung
ezintabeni ze-Himalaya.
"Owamemezela phambilini okuyakuza,
nasendulo izinto ezingakenziwa, ethi:
'Icebo lami liyakuma, ngiphumelelise yonke
intando yami, . . . ngikhulumile,
ngiyokukwenza lokhu; nginqumile,
ngiyakukufeza.' "
U-Izaya 46:10-11
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha