Ukholo alubonakali, kodwa ekugcineni lubonakaliswa ngesenzo sokulalela.
UNkulunkulu wamemezela isiphetho kusukela ekuqaleni, futhi wabikezela okusazofika, ekhuthaza abantu ukuba bazuze insindiso yombuso wezulu ngokholo nokulalela.
Uma uNkulunkulu esiyala okuthile, akusiyo inzuzo yakhe kodwa kungenxa yethu—njengendlela yeNkosi uJosiya, u-Abhrahama, noNowa, konke kungenxa yenzuzo nensindiso yethu .
Ngakho, nakulenkathi, ngokulalela izimfundiso zikaKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, abeza njengoMoya noMlobokazi, abantu bayabusiswa futhi ekugcineni bazohlanganyela ekuphumuleni kukaNkulunkulu.
Kuyothi uma ulalela nokulalela izwi likaSimakade
uNkulunkulu wakho, uqikelele ukugcina yonke
imiyalo yakhe engikuyala ngayo namuhla.
USimakade uNkulunkulu wakho uyokuphakamisa
phezu kwazo zonke izizwe zomhlaba.
Zonke lezi zibusiso ziyokwehlela kuwe, kube ngezakho,
uma ulalela izwi likaSimakade uNkulunkulu wakho. . . .
Uyakubusiswa ekungeneni kwakho,
ubusiswe nasekuphumeni kwakho.
IDutheronomi 28:1–6
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha