IBandla lokuqala, elalikholelwa kuJesu njengoNkulunkulu, lagcina futhi lashumayela isivumelwano esisha, laliyimbuka ngokombono wamaJuda, kodwa ngokombono kaNkulunkulu, kwakuyibandla leqiniso.
IBhayibheli lilodwa liyindinganiso yokunquma amanga. Noma yiliphi ibandla elilandela izimfundiso ezenziwe umuntu ezingatholakali eBhayibhelini liyimbuka ngokuphelele futhi lizobhujiswa ekugcineni.
Namuhla, ibandla eligcina iqiniso lesivumelwano esisha elasungulwa nguJesu eminyakeni eyizi-2,000 edlule, kuhlanganisa neSabatha nePhasika, yiBandla likaNkulunkulu.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha