Amalungu eBandla likaNkulunkulu Amenywa edilini lomshado waseZulwini Eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili edlule, uJesu wafanisa insindiso yethu nokungena embusweni wezulu nokumenywa edilini lomshado ukuze sifakaze ngoMama waseZulwini, ozovela noNkulunkulu uBaba futhi anikeze abantu amanzi okuphila enkathini yokugcina kaMoya oNgcwele.
Ekufikeni kukaJesu kokuqala, sasingakafiki isikhathi sokuba uMakoti avele, ngakho uMkhwenyana nezimenywa kuphela okukhulunywa ngazo emifanekisweni kaJesu, kodwa iBhayibheli liyaphrofetha ukuthi uMlobokazi, enjengoMakoti weWundlu, okungukuthi, uMama waseZulwini, iJerusalema laseZulwini, uzovela ezinsukwini zokugcina.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha