Amabandla amisiwe asihumusha kabi isiphrofetho esithi, “Bhekani, uyeza ngamafu, onke amehlo ayakumbona,
kodwa uqhamuka nesenzakalo esingaphezu kwemvelo wonke umuntu angasifakazela.
Kepha, njengoba isiphrofetho esiku-Izaya 40:5 sokuthi bonke abantu bazobona inkazimulo kaNkulunkulu ekufikeni kwakhe kokuqala kungasho ukuthi wonke umuntu emhlabeni uzomubona, iSambulo 1:7 asisho ukuthi wonke umuntu emhlabeni uzomubona.
Kusho ukuthi uzofika esenyameni ukuze noma ubani akwazi ukumbona.
Ukuphikelela kwabo kubaphoqa ukuba bahlanekezele iBhayibheli, futhi ukuhumusha iBhayibheli ngokunganaki kuzobaholela ekubhujisweni njengalabo abalahla uKhristu ngenkathi efika njengoMsindisi ekufikeni kwakhe kokuqala.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha