Bonke abantu baxoshwa ezulwini ngokwenza isono esikhulu esiholela ekufeni. Ngakho, kufanele sihlale sikhumbula ukuthi siyizoni, sigweme ukuzidla, singalingisi leli zwe elibi, siphile impilo yokuphenduka ukuze sisinde ekwahlulelweni okuzolandela ukufa komzimba.
Labo abaphenduke ngeqiniso banikela nezinhliziyo zabo ekuholeleni abanye ekuphendukeni. Njengoba umama weqiniso nowamanga babonakaliswa ngezenzo zabo ekwahluleleni kukaSolomoni, nalabo abafinyelele ekuphendukeni okuholela ensindisweni, izinhliziyo zabo zibonakaliswa ngezenzo zabo.
Kangizelanga ukubiza abalungileyo kodwa izoni ukuba ziphenduke.” NgokukaLuka 5:32
Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki, niyakubhubha ngokunjalo nonke.” NgokukaLuka 13:5
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha