UNkulunkulu, uMsindisi wabantu, usinikeze izibusiso zokuthethelelwa kwezono, nombuso waphakade wezulu ngePhasika, wamemezela ngamandla ukuthi labo abagcina iPhasika bazovunywa njengabantu bakaNkulunkulu abazothola ubuzwe basezulwini, bazuze nensindiso.
UJesu oweza eminyakeni eyizi-2,000 edlule kanye noKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama kulesi sikhathi basifundisa ngokungaguquki ukuthi ukubiza uNkulunkulu ngezindebe kuphela ngaphandle kokugcina iPhasika kufana nokholo olungacacile.
Futhi, isizathu sokuba uNkulunkulu anikeze iPhasika Lesibili kulabo ababengakwazi ukuligcina ngesikhathi esimisiwe yingoba iPhasika lingumkhosi obaluleke kakhulu ohlukanisa abantu bakaNkulunkulu beqiniso.
“Abantu bakwa-Israyeli mabagcine iPhasika ngesikhathi salo esimisiweyo. . . .
Kwakukhona abantu abathile ababengcoliswe yisidumbu somuntu, ababengakwazi ukugcina iphasika ngalolo lusuku; . . .
USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
. . . ngisho noma esekuhambeni, ekude, uyakulenza iphasika kuSimakade.
Ngenyanga yesibili, ngosuku lwe-14, kusihlwa; . . .
Kepha umuntu . . .
ohluleka ukuligcina iphasika, lowo muntu uyakunqunywa kwabakubo . . .
UNumeri 9:2–13
Kanjalo-ke niyakubazi ngezithelo zabo.
“Akusibo bonke abathi kimi: ‘Nkosi, Nkosi,’ abayakungena embusweni wezulu, kodwa kuphela yilowo owenza intando kaBaba osezulwini.”
NgokukaMathewu 7:20–21
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha