UNkulunkulu oyedwa uBaba wadlala indima kaBaba ngegama elithi ‘Jehova’ enkathini kaYise; enkathini yeNdodana, weza negama elithi ‘Jesu,’ wanikeza abantu isibonelo njengeNdodana; enkathini kaMoya oNgcwele, weza okwesibili negama elithi Khristu Ahnsahnghong.
Lena yincazelo yeZiqu-zintathu.
Labo abaqonda uZiqu-zintathu bangakholwa futhi babone ukuthi lokho uNkulunkulu uJehova akwenza kwakwenziwa nguJesu, futhi lokho uJesu akwenza kwakwenziwa yiGama Elisha Khristu Ahnsahnghong.
Bangaqonda futhi ukuthi enkathini kaMoya oNgcwele, uKhristu Ahnsahnghong kufanele eze noNkulunkulu uMama, uMakoti kaMoya oNgcwele ebese aholele abantu ensindisweni ngePhasika lesivumelwano esisha.
“Mina, Mina nginguSimakade, ngaphandle kwami akekho uMsindisi.
U-Izaya 43:11
“Yena . . .
“Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.”
IZenzo 4:11-12
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha