UNkulunkulu uyala abantwana bakhe ukuthi babelane ngephunga elimnandi likaNkulunkulu uMama. Umntwana osanda kuzalwa uzizwa ekhathazekile uma engalizwa izwi likamama wakhe noma engalizwa iphunga lakhe. Ngendlela efanayo, imiphefumulo yethu angeke ikwazi ukuya embusweni wezulu uma sishiya uNkulunkulu uMama.
“Iphunga likaMama” kusho inhliziyo yokuthandana, yokubekezela, yokungazikhukhumezi, yokucabangelana, yokubumbana, kanye neyokuhlonipha obafo nodade ngomqondo othobekile.
NgoMkhosi wamadokodo, abantwana babona uthando lukaMama owazidela ukuze kusindiswe abantu. Kubona, uKristu Ahnsahnghong wenza isimangaliso sokuthi imiphefumulo eminingi ibuyele eSiyoni.
Ngokuba nina bazalwane nabizelwa ekukhululekeni. Kuphela ningakwenzi ukukhululeka kube yithuba enyameni, kepha khonzanani ngothando.
KwabaseGalathiya 5:13
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha