Umbuso wezulu uyindawo yentokozo nenjabulo yaphakade, engenakho ukufa, ubuhlungu, noma ukuhlupheka.
Yingakho uNkulunkulu asitshela ukuthi singaphili impilo engenanjongo sengathi sizophila iminyaka eyinkulungwane sibe singakwazi ngisho ukuphila ikhulu, kodwa siphilele umbuso wezulu.
Njengoba uJesu anikeza abantu ukuphila ngePhasika lesivumelwano esisha eminyakeni eyizi-2,000 edlule, uKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama basifundise ukuthi kumele sigcine iPhasika ukuze siphile ukuphila okuphakade, hhayi impilo ebunayo njengezimbali zasendle.
Ngokuba izinsuku zethu ziyadlula ngentukuthelo yakho; siyafeza iminyaka yethu njengephefu.
Izinsuku zeminyaka yethu zineminyaka engamashumi ayisikhombisa; kuthi uma ziziningi, zineminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; nokho ukuvama kwazo kungukuhlupheka nelize, ngokuba zidlula masinyane, thina siyandiza, simuke.
AmaHubo 90:9–10 [ZUL59]
Ngokuba: “Yonke inyama injengotshani, nobuhle bayo bonke bunjengembali yotshani.
Utshani buyabuna, nembali ivuthuluke. Kepha izwi leNkosi limi kuze kube phakade.” . . .
1 KaPhethro 1:24–25
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha