NgoMkhosi Wesinkwa Esingenamvubelo, bonke abantu kufanele bakhumbule uthando lukaKhristu lomhlatshelo nokuhlupheka esiphambanweni, baphenduke kuzo zonke izono zesikhathi esidlule, futhi bakhuthaze abantu ukuba baphenduke ngeqiniso lensindiso asiphathise lona.
UNkulunkulu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, abeza kulo mhlaba besenyameni, baphila impilo yokushumayela, bethi, “Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele.”
Ngalokhu, bakhombisa ukuthi impilo ezinikela ekushumayeleni iyimpilo ebusisekile ezuza ukuphenduka okuhle.
“Ngithi kini: kanjalo kuyakuba khona ukuthokoza ezulwini ngesoni sisinye esiphendukayo, kunabalungileyo abangama-99 abangakudingi ukuphenduka. . . .
Ngithi kini: kanjalo-ke kukhona ukuthokoza phambi kwezingelosi zikaNkulunkulu ngesoni esisodwa esiphendukayo.”
NgokukaLuka 15:7–10
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha