Ukuze sazi ukuthi izenzo zethu zilungile noma azilungile, kumele size kuNkulunkulu, ongukukhanya kweqiniso. Namuhla, ezweni elimnyama lapho abantu bengakwazi ukubona intando kaNkulunkulu, uKhristu u-Ahnsahnghong kanye noNkulunkulu uMama baye bakhanyisa ukukhanya kweqiniso lokuphila ngeSabatha nangePhasika.
UNkulunkulu weza kulo mhlaba njengokukhanya, enqoba umoya wezwe wobumnyama, esifundisa ngezinto zasezulwini, eletha ithemba emhlabeni, futhi ekhanyisa ukukhanya. Ngokufanayo, abantwana bakaNkulunkulu kumele nabo bakhanyise ukukhanya kwevangeli emhlabeni ukuze wonke umuntu akwazi ukubona uNkulunkulu.
[O]kuyibona unkulunkulu waleli lizwe eyiphuphuthekisile ingqondo yabangakholwa, ukuze lingakhanyi kubo ivangeli lenkazimulo kaKhristu ongumfanekiso kaNkulunkulu. . . . Ngokuba asizishumayeli thina, kodwa sishumayela uJesu uKhristu eyiNkosi, nathi siyizikhonzi zenu ngenxa kaJesu. Ngokuba nguNkulunkulu owathi: “Akuvele ukukhanya ebumnyameni kukhanye,” nguYena owakhanyisa ezinhliziyweni zethu ukuze zikhanyelwe wulwazi lwenkazimulo kaNkulunkulu ebusweni bukaKhristu. 2 KwabaseKhorinte 4:4–6
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha