Usuku Lovuko lwakhombisa amandla amakhulu kaKhristu ngokwephula amandla okufa ngokuvuka kwakhe kwabafileyo, lwaba yisisekelo sokuvuselela iBandla lokuqala.
Futhi kungumkhosi wenjabulo nethemba osenza sikwazi ukugcina ukholo lwethu naphezu kwengcindezelo noshushiso olunzima.
Ngosuku Lovuko, uNkulunkulu unikeza ithemba elijabulisayo lokuthi labo abafa bekuKhristu bayothola uvuko oluhle futhi labo abaphilayo bayoguqulwa ngokuphazima kweso.
Lolu usuku Lovuko lwesivumelwano esisha esigcinwa ngokwezimfundiso zikaKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama.
Kepha-ke uma kushunyayelwa ukuthi uKhristu uvusiwe kwabafileyo,
bakusho kanjani pho abanye phakathi kwenu ukuthi akukho ukuvuka kwabafileyo na?
Uma kungekho ukuvuka kwabafileyo, noKhristu akavuswanga.
Uma uKhristu engavuswanga kwabafileyo, ukushumayela kwethu kuyize,
nokukholwa kwenu kuyize.
1 KwabaseKhorinte 15:12–14
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha