Ngenkathi uJesu, uNkulunkulu uSomandla, efika enyameni ukuze asindise abantu, abantu abaningi bamdelela.
Kepha, kwakukhona ababemhlonipha njengowesifazane owathela amakha ekhanda likaJesu, induna yekhulu, owesifazane owayephethwe ukopha, noZakewu.
Abangcwele beBandla lokuqala bamukela uJesu ngokholo olukanjena, futhi ngenxa yalokho, bathola isipho sikaMoya oNgcwele womusa.
Amalungu eBandla likaNkulunkulu akholelwa ukuthi uKhristu Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama bangabaSindisi abafike ngokwesiphrofetho, “UNkulunkulu uzofika njengoMoya noMakoti enkathini kaMoya oNgcwele,” futhi bayabahlonipha.
UNkulunkulu ubanika uMoya oNgcwele wemvula yamuva, omkhulu kunalowo weBandla lokuqala, okuholela emsebenzini omangalisayo wabantu abahlonipha uNkulunkulu emhlabeni wonke.
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha