Ngenkathi ama-Israyeli ephuma eGibhithe, uNkulunkulu waqala wembula amandla ePhasika, wamemezela iPhasika ngoMthetho kaMose, wabayala ukuba baligcine ezizukulwaneni ezizayo ngesikhathi esimisiwe.
Kamuva, abantu bakaNkulunkulu badunyiswa futhi bavikelwa ezinhlekeleleni emva kokugcina iPhasika, futhi uJesu wagcina iPhasika nabafundi bakhe, ebanikeza isibusiso sokuphila okuphakade.
Njengoba iPhasika lachithwa ngo-A.D 325, wonke amabandla abelokhu egcina amasiko kankulunkulu wamaqaba.
Nokho, amalungu eBandla likaNkulunkulu ayakubona ukubaluleka kwePhasika, uNkulunkulu ayala abantu bakhe ukuba baligubhe ezizukulwaneni ezizayo, ngezimfundiso zikaKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama, futhi bayaligcina.
Inkosi yayisiyala bonke abantu, yathi: “Yenzelani uSimakade uNkulunkulu wenu iphasika njengalokhu kulotshiwe kule ncwadi yesivumelwano.” . . .
Kwakungakaze kube khona nkosi enjengaye ngaphambi kwakhe, eyaphendukela kuSimakade ngayo yonke inhliziyo yayo, nangawo wonke umphefumulo wayo, nangawo wonke amandla ayo nanjengakho konke okwakushiwo ngumthetho kaMose, ngisho nangasemva kwakhe akuvelanga enjengaye.
2 AMAkhosi 23:21–25
Wathi: “Hambani niye emzini, kumuntu othile, nithi kuye: ‘Uthi uMfundisi: Isikhathi sami sesiseduze; ngizakwenza iPhasika kwakho nabafundi bami.’ ”
Abafundi benza njengalokhu uJesu ebayalile; balungisa iPhasika.
NgokukaMathewu 26:18–19
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha