UMkhosi Wesinkwa Esingenamvubelo uqukethe umoya womhlatshelo, wokuzinikela, nothando lukaKhristu owazinikela ukuze asindise abantu abona ezulwini.
Kufanele sikhumbule uMkhosi Wesinkwa Esingenamvubelo, ngenjongo yokuphenduka ezonweni
zethu ngokubethelwa nempilo kaKhristu, neyokuthi sihlanganyele ngenjabulo ukuhlupheka Kwakhe.
UNkulunkulu weza kulo mhlaba ukuze asindise abantu, kodwa ngisho noPhethro, owaziwa ngokholo lwakhe, uJuda Iskariyothe, kanye nabanye abafundi benza izenzo ezibuhlungu emehlweni kaNkulunkulu.
Ngokufunda ngothando lukaNkulunkulu, ongazange adelele izoni ezinjalo kodwa waba nozwelo kuzo, manje kufanele sihambe indlela yokholo sithwele isiphambano sethu.
“Kepha konke lokho kwenzekile ukuba kugcwaliseke imibhalo
yabaphrofethi.” Khona bonke abafundi bamshiya babaleka.
NgokukaMathewu 26:56
UJesu wayesethi kubafundi bakhe: “Uma umuntu
ethanda ukuza emuva kwami, makazidele, athabathe
isiphambano sakhe, angilandele.”
NgokukaMathewu 16:24
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha