Kuyilapho uNkulunkulu efika khona kuphela lapho abantu bengakwazi ukubona iqiniso lomuthi wokuphila, bangene embusweni wezulu.
Abantu bashushisa futhi babethela uJesu esiphambanweni, oweza emhlabeni ukuze basindiswe, nokho uKhristu u-Ahnsahnghong waphinde weza kulo mhlaba ukuze asindise futhi anikeze abantwana bakhe ukuphila.
Njengoba kulotshiwe ukuthi, “Uyakuvela okwesibili ukuletha insindiso kulabo abamlindileyo,”
uKhristu u-Ahnsahnghong weza kulo mhlaba, wasifundisa ngePhasika lesivumelwano esisha
elalilahlekile ebantwini, wagcwalisa zonke iziphrofetho ze INkosi uDavide, futhi wembula
uMama waseZulwini iJerusalema.
Ngenxa yalokhu, amalungu eBandla likaNkulunkulu namuhla angaba nethemba lombuso wezulu eZiyoni.
Njengokuba futhi kumisiwe ukuba abantu bafe kanye,
emva kwalokho kube ngukwehlulelwa,
kanjalo noKhristu, wanikelwa kwaba kanye ukuba
athwale izono zabaningi, uyakubonakala ngokwesibili engenasono,
kulabo abamlindele ngokulangazelela, kube ngukusindiswa.
KumaHebheru 9:27–28
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha