Abaphrofethi abaloba iBhayibheli babephila ezinkathini ezahlukene futhi babenemisebenzi ehlukahlukene nobuntu obuhlukahlukene, kodwa babegqugquzelwa nguMoya oNgcwele kaNkulunkulu, bashiya iziphrofetho ezingaguquki, ezisikhanyisela ngokuthi “kungani abantu beza kulo mhlaba nokuthi sibheke kuphi.”
Njengoba iBhayibheli liyiqiniso, kumele sikholelwe kwiziphrofetho ezimayelana noKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama.
Incwadi ka-Izaya yaphrofetha ngokuhlupheka kukaJesu eminyakeni engama-700 ngaphambi kokufika Kwakhe, futhi incwadi kaJobe yaqopha umjikelezo wamanzi kanye neqiniso lokuthi umhlaba ulenga emkhathini eminyakeni eyizi-3,500 edlule, amaqiniso atholwa isayensi kuphela ngekhulu le-17.
Yonke imibhalo iphefumulelwe nguNkulunkulu,
ilungele ukufundisa, ukusola, ukuqondisa,
nokuyala ekulungeni,
ukuze umuntu kaNkulunkulu aphelele,
ahlonyiselwe yonke imisebenzi emihle.
2 KuThimothewu 3:16–17
Wendlala inyakatho phezu kweze,
aphanyeke umhlaba ezeni.
UJobe 26:7
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha