Njengoba nje kunabaningi mbumbulu abalingisa imikhiqizo yokunethezeka emhlabeni, namabandla amanga nawo andile. Ukuthola ibandla leqiniso lapho insindiso ikhona, okokuqala, igama lalo kumele kube “iBandla likaNkulunkulu,” okwesibili, kumele lisungulwe nguNkulunkulu uqobo, okwesithathu, libe neqiniso leBhayibheli.
IBhayibheli lifakaza ukuthi ibandla leqiniso elabuyiselwa uKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama abanguMoya noMakoti, futhi ligcina wonke amaqiniso kuhlanganise nosuku lweSabatha kanye nePhasika uJesu aligcina, iZiyoni, indawo yesiphephelo nensindiso UNkulunkulu ulilungisile.
Wafika eNazaretha lapho akhulela khona,
wangena esinagogeni ngosuku lwesabatha njengalokhu
ayevame ukwenza kanjalo, wasukuma ukuba afunde. . . .
NgokukaLuka 4:16
UPawula, obizwe ngokwentando kaNkulunkulu
ukuba abe ngumphostoli kaJesu Khristu,
benoSostene umzalwane,
ngibhalela ibandla likaNkulunkulu
eliseKhorinte, . . .
1 KwabaseKhorinte 1:1–2
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha