INkosi uSolomoni yathi ukwesaba uNkulunkulu kungumsebenzi wabo bonke abantu, futhi uJesu wathi umyalo omkhulu kunayo yonke ukuthanda uNkulunkulu ngayo yonke inhliziyo yethu nangengqondo yethu.
Wasungula umthetho wesivumelwano esisha, ethi uthando luwukugcwaliseka komthetho.
UNkulunkulu wabethelwa esiphambanweni ngoba wayethanda abantu kakhulu.
Zonke izilwane ezahlatshwa ngokomthetho weThestamente Elidala zifanekisela uNkulunkulu, ekugcineni zifakaza ukuthi uKhristu u-Ahnsahnghong noMama wethu waseZulwini, abafike ngesikhathi sikaMoya oNgcwele, bazosisungula kanjani isivumelwano esisha, kuhlanganise nosuku lweSabatha kanye nePhasika, ukuze kusindiswe abantu.
Nasi isiphetho sendaba, lapho konke sekuzwakele:
mesabe uNkulunkulu, ugcine imiyalelo yakhe,
ngokuba lokho kungokwabantu bonke.
UMshumayeli 12:13
Bantwana, hloniphani abazali benu eNkosini,
ngokuba lokho kulungile.
Hlonipha uyihlo nonyoko,
okungumyalelo wokuqala onesithembiso:
ukuze kube kuhle kuwe, uhlale kade emhlabeni.
Kwabase-Efesu 6:1–3
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha