Abantu bacabanga ukuthi ukuphela kwempilo yabo kulo mhlaba kungukuphela kwayo yonke into, kodwa izulu nesihogo kukhona, futhi uma ukuphila kwabo emhlabeni wezinhlangothi-zintathu sekuphela, bonke bayobuyela emhlabeni wabo wokuqala. UJesu wathwala izono zabantu esiphambanweni, wasungula isivumelwano esisha ukuze athathe abantwana bakhe abathandayo abayise ezulwini, hhayi esihogweni, indawo yokujeziswa.
Isihogo, njengoba kuchazwe eBhayibhelini, siyindawo yokuhlupheka okukhulu. Yingakho uKhristu u-Ahnsahnghong noNkulunkulu uMama bephinde basazisa isivumelwano esisha, benikeza Abantu ithuba lokujabulela inkazimulo yaphakade embusweni wezulu.
KumaHebheru 9:27 ISambulo 20:10–14119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha