IBhayibheli nabaphrofethi bafakaza ngokuthi isizathu sokuba uKhristu eze okwesibili ukuzobhubhisa ukufa, okungukuthi, ukunikeza abantu ukuphila okuphakade, nokubayisa embusweni wezulu.
Indlela yokuba abantu, abenza isono esifanelwe ukufa ezulwini, bathole ukuphila okuphakade, ukudla nokuphuza inyama negazi likaJesu ngePhasika kuphela, njengoba kwakunjalo eminyakeni eyizi-2,000 edlule.
Ngokwesiphrofetho sika-Izaya sokuthi nguNkulunkulu kuphela ongalungiselela umkhosi ogwinya ukufa kuze kube phakade, amalungu eBandla likaNkulunkulu akholelwa kuKhristu u-Ahnsahnghong njengoNkulunkulu futhi agcine iPhasika ngoba Nguye obhubhise ukufa ngePhasika.
Lowo odla inyama yami, aphuze igazi lami,
unokuphila okuphakade; ngiyakumvusa
ngomhla wokuphela.
NgokukaJohane 6:54
Kule ntaba kaSimakade Wamabandla uyokwenzela zonke izizwe idili ngokukhulupheleyo nokunomnkantsha,
idili lewayini eliqoqodileyo, . . .
Ukufa kuyokugwinywa kuze kube phakade. . . .
Kuyothiwa ngalolo lusuku: “Bheka, lo unguNkulunkulu wethu;
simlindele, futhi uyakusisindisa, sisinde. . . .
U-Izaya 25:6–9
119 e-Bundang P.O. Box, Bungang-gu, Seongnam-si Gyeonggi-do, Rep.Yase Korea
Ucingo 031-738-5999 Isikhahlamezi 031-738-5998
Igatsha Eliphethe : 50, Sunae-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep. of Korea
Isonto Elikhulu: 35, Pangyoyeok-ro, Bundang-gu, Seongnam-si, Gyeonggi-do, Rep of Korea.
Wonke Amalungelo Aqukethwe. Yi-World Mission Society Church of God Inqubomgomo Yokuphepha